Kutheni dali (kutheni dali) was'uqhela kangaka Bayakhuluma abantu (abantu) Siyajabul' isitha woh (isitha woh) Bathi wena awungithandi (bathi wena awungithandi) Bathi wena ungishiye (bathi wena ungishiye) Bathi wena awung'funi (bathi wena awung'funi) Bathi wen' uyang'dlala woh Ang'waboni ang'waboni amaphutha wakho ang'waboni (ang'waboni) Ang'waboni ang'waboni amaphutha amaphutha wakho ang'waboni (ang'waboni) Noma bengitshela (bengitshela) ang'waboni ang'waboni (ang'waboni) Ang'waboni ang'waboni amaphutha wakho ang'waboni (ang'waboni) Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani Ngoba ang'waboni ang'waboni amaphutha wakho ang'waboni (ang'waboni) Ang'waboni ang'waboni amaphutha wakho ang'waboni (ang'waboni) Noma bengitshela (bengitshela) ang'waboni ang'waboni (ang'waboni) Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani mmm Kutheni dali ungalishiyi uthando lwami (lwami) Kulesimo lesi sizondlula ngelinye ilanga Ngikuthanda ngengqondo 'nhliziyo ay'sekho Umzimba ukhathele (ukhathele) Ngikuthanda ngengqondo 'nhliziyo ay'sekho Umzimb' ukhathele yeah eh yeah Abantu bayay'hloniph inkulumo muntu yeah Banomona bayabona indlel' ong'phatha ngayo bayafis' ukuba yimi Ungabalaleli banamanga (ungabalaleli banamanga) Bathanda njalo mas'xabana (bathanda njalo mas'xabana) And asoze basihlukanisa muntuza Mina ngiyafunga ngiyagomela nguwe wedwa Ah nginitshelile kanti yini lokhuniqamba amanga Kwenzekeni? Benithi sophelelaphi na? Dali thula my dali Dali thula my dali Dali thula my dali dali Ah nginitshelile kanti yini lokhuniqamba amanga Kwenzekeni? Benithi sophelelaphi na? Dali thula my dali Dali thula my dali Dali thula my dali dali yeah eh! Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani (Ooh) ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani (Ay lalela) ngoba ang'waboni ang'waboni amaphutha wakho ang'waboni (hey)