Umthandazo wam’ Nkosi mangihlale nawe Umthandazo wam’ Nkosi mangigcinwe kuwe Esandleni (esandleni) Esomusa (esomusa) Siyacela esandleni (esandleni somusa) Ubaba’ usigcina kamnandi (ngiyagcinwa) Esithwala njalo (noma kungathini) Umkuleko wethu (umthandazo wami’) Ukhulala lapho njalo (ukuhlala kuwe) Esandleni, esomusa Esandleni somusa Ngiyagcina, noma kungathini Umthandazo wam’ Ukuhlala kuwe