Continúa después del anuncio

    Awu wacothoza uQwana
    I'mbalabala umswenko
    Ngathi uthingo lwenkosazana uMkabayi kaJama
    Kulokhu kuvuleka amafu phezulu, emkhathini
    Kukhala inkanyezi ebisitheekile kimi
    Ithi abant abalithandi iqiniso
    Ngakho konke okwenzayo kwenzisise

    Ukuze mabekuzonda, bakuzondele into ekhona
    Ngoba emphakathini esiphila kuyo
    Uphenduka inhlekisa nje uma uthi uzama ukuphila iphupho lakho
    Sesibonga lona igolide kwaNdongaziyaduma
    Buka manje sesiqale sincibilike ngaphamb' kokuthi siconse
    Sesinokuswenka ngesipelethu masithanda sesikhuphu imendlela
    Usiko siluphathis' okwezikhathi zamaNtungwa
    Abangani bamanga ngeke ubaqede

    Ingakho ngithi molo mhlobo wami
    Phinde ubhale futhi
    Scofi ngabe sengiyabhala
    Mh Molo
    Oh ng'khuziwe
    Ngabangani bamanga
    Oh ngitsheliwe
    'Thiwa mina bazong'dlala
    Oh ng'khuziwe
    Ngabangani bamanga
    Oh ngitsheliwe
    'Thiwa mina bazong'dlala
    Nibatshele ukuthi ng'the

    Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho)
    Molo mhlobo wam, molo
    Nibatshele ukuthi ng'the
    Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho)
    Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho)

    Continúa después del anuncio

    Ng'yababona ngaphesheya kwencome weh
    Ng'yababona ngaphesheya komfula
    Bayang'hlekisa, bayang'hlekisa
    Bayang'planela, bayan'planela
    Bafungile, bafungile
    Bathi ngami
    Baqedile, baqedile
    Bangihlekela enhlinini

    Ngathi ukhona olukhulela ensimini
    Oh ng'khuziwe
    Ngabangani bamanga
    Oh ngitsheliwe
    'Thiwa mina bazong'dlala
    Oh ng'khuziwe
    Ngabangani bamanga
    Oh ngitsheliwe
    'Thiwa mina bazong'dlala
    Nibatshele ukuthi ng'the

    Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho)
    Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho)
    Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho)
    Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho)

    Ye' nina bafana wena
    Nagcina nginisaba phela
    Umvundla zizonqanda wena weh baweh
    Dlala ngegeja k'ziliwa
    Mangingafika ubani ozon'lilela
    Ng'bonge abasekhaya ngokungiqwashisa ngani
    Ng'bonge abangasekho
    Ng'bonge idlozi lami
    Ng'bonge abasekhaya ngokungiqwashisa ngani
    Ng'bonge abangasekho

    Mina ng'bonge idlozi lami
    Oh ng'khuziwe
    Ngabangani bamanga
    Oh ngitsheliwe
    'Thiwa mina bazong'dlala
    Oh ng'khuziwe
    Ngabangani bamanga
    Oh ngitsheliwe
    'Thiwa mina bazong'dlala
    Nibatshele ukuthi ng'the

    Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho)
    Molo mhlobo wam, molo
    Nibatshele ukuthi ng'the
    Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho)
    Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho)

    Oh sawubona lapho
    Oh sawubona lapho
    Oh sawubona lapho

    Información de la canción

    Composición:

    ¿Los datos están equivocados?

    Enviar revisión