Awu wacothoza uQwana I'mbalabala umswenko Ngathi uthingo lwenkosazana uMkabayi kaJama Kulokhu kuvuleka amafu phezulu, emkhathini Kukhala inkanyezi ebisitheekile kimi Ithi abant abalithandi iqiniso Ngakho konke okwenzayo kwenzisise Ukuze mabekuzonda, bakuzondele into ekhona Ngoba emphakathini esiphila kuyo Uphenduka inhlekisa nje uma uthi uzama ukuphila iphupho lakho Sesibonga lona igolide kwaNdongaziyaduma Buka manje sesiqale sincibilike ngaphamb' kokuthi siconse Sesinokuswenka ngesipelethu masithanda sesikhuphu imendlela Usiko siluphathis' okwezikhathi zamaNtungwa Abangani bamanga ngeke ubaqede Ingakho ngithi molo mhlobo wami Phinde ubhale futhi Scofi ngabe sengiyabhala Mh Molo Oh ng'khuziwe Ngabangani bamanga Oh ngitsheliwe 'Thiwa mina bazong'dlala Oh ng'khuziwe Ngabangani bamanga Oh ngitsheliwe 'Thiwa mina bazong'dlala Nibatshele ukuthi ng'the Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho) Molo mhlobo wam, molo Nibatshele ukuthi ng'the Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho) Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho) Ng'yababona ngaphesheya kwencome weh Ng'yababona ngaphesheya komfula Bayang'hlekisa, bayang'hlekisa Bayang'planela, bayan'planela Bafungile, bafungile Bathi ngami Baqedile, baqedile Bangihlekela enhlinini Ngathi ukhona olukhulela ensimini Oh ng'khuziwe Ngabangani bamanga Oh ngitsheliwe 'Thiwa mina bazong'dlala Oh ng'khuziwe Ngabangani bamanga Oh ngitsheliwe 'Thiwa mina bazong'dlala Nibatshele ukuthi ng'the Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho) Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho) Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho) Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho) Ye' nina bafana wena Nagcina nginisaba phela Umvundla zizonqanda wena weh baweh Dlala ngegeja k'ziliwa Mangingafika ubani ozon'lilela Ng'bonge abasekhaya ngokungiqwashisa ngani Ng'bonge abangasekho Ng'bonge idlozi lami Ng'bonge abasekhaya ngokungiqwashisa ngani Ng'bonge abangasekho Mina ng'bonge idlozi lami Oh ng'khuziwe Ngabangani bamanga Oh ngitsheliwe 'Thiwa mina bazong'dlala Oh ng'khuziwe Ngabangani bamanga Oh ngitsheliwe 'Thiwa mina bazong'dlala Nibatshele ukuthi ng'the Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho) Molo mhlobo wam, molo Nibatshele ukuthi ng'the Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho) Molo mhlobo wam, molo (oh sawubona lapho) Oh sawubona lapho Oh sawubona lapho Oh sawubona lapho