Continúa después del anuncio

    Ngizamel' abantwana basekhaya
    Uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
    Cela naz' ukuthi kade ngozama
    Kade ngozama mina, kade ngozama

    Ngizamel' abantwana basekhaya
    Baba, uma k'shay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
    Cela naz' ukuthi kade ngozama
    Kade ngozama mina, kade ngozama

    Ngizamel' abantwana basekhaya
    Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
    Cela naz' ukuthi kade ngozama
    Kade ngozama mina, kade ngozama

    Ngizamel' abantwana basekhaya
    Baba, uma k'shay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
    Cela naz' ukuthi kade ngozama
    Kade ngozama mina, kade ngozama

    Ngizamel' abantwana basekhaya
    Uma bengzama

    Mdali ng'cel' ungiphe nam' i-power yok' survive-a
    Zitha zami azibas' umlilo, Mdal' unisе imvula
    Nisa imvula, Mdali unise imvula

    Ayaya uma bengzama
    Mdali ng'cel' ungiphе nam' i-power yok' survive-a
    Zitha zami azibas' umlilo, Mdal' unise imvula
    Nisa imvula, Mdali unise imvula

    Continúa después del anuncio

    Mhm, mhm
    Oh, mmh (okay)

    Oh mama, kade uthandazel' ikhaya elifudumele thata
    Zonke izinyembezi zakho ziphendukise inhlanhla
    Ng'th' abantwana bakho basebenzele wena
    Nami ngisebenzela bonke abantwana bakho

    Wathi uma usishiya kuzoyenzeka izimanga
    Kuyehla kuyenyukela yonke indlela zazihamba
    Manje impilo incono buka lemizamo yakho
    Thatha impilo zethu wayishintsha, ngesipho sakho

    Wawuhlala edolweni make
    Wawuhlala edolweni make
    Wawuhlala edolweni make
    Mama no baba

    Ukulahla ithawula akuyona indlel' engafunda ngayo
    Ingcinamba namba ayithelelani endleleni
    Sukukuqoma manikhona
    Kwakumnyama nasemnyango
    Amahloni engsinda ehlombe
    Kodwa ngeke, ngeke siphinde silal' ekhaya singadlile
    Nayi indodakazi isigadlile
    Lingapheli ithemba kimi
    Ng'sayophanda ng'sazobuya
    Khuphuka Small (dlala Thukzin)

    Mama nobaba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
    Cela nazi ukuthi kade ngiyozama
    Kade ngozama mina, kade ngiyozama

    Ngizamel' abantwana basekhaya
    Baba uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
    Cela nazi ukuthi kade ngozama
    Kade ngozama mina, kade ngozama

    Ngizamel' abantwana basekhaya
    Uma bengzama

    Mdali ng'cel ungiphe nam' i-power yok' survive-a
    Zitha zami azibas' umlilo Mdal' unise imvula
    Nisa imvula, Mdali unise imvula

    Ayaya uma bengzama
    Mdali ng'cel ungiphe nam' i-power yok' survive-a
    Zitha zami azibas' umlilo Mdal' unise imvula
    Nisa imvula, Mdali unise imvula

    Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya angabuyi
    Cela nazi ukuthi kade ngozama
    Kade ngozama mina, kade ngozama

    Ngizamel' abantwana basekhaya
    Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya angabuyi
    Cela nazi ukuthi kade ngozama
    Kade ngozama mina, kade ngozama

    Ngizamel' abantwana basekhaya

    Información de la canción

    Composición: Kabza De Small

    ¿Los datos están equivocados?

    Enviar revisión