Khethile Khethile

Kwesta

    Continues after the ad

    Grrrriii
    Awu baba wabanta bam'
    Baba wezingane zam'
    Aw wena wee, ngyakthanda mina

    Bangicelela kaZungu (helele)
    Bak'cela kaKhumalo (helele)
    Bangicelela kaZungu (helele)
    Bakucela nakaShandu (helele)
    Bakucela ngoba isiko (helele)
    Benzela umfanana (helele)
    Ngayicelela ke mina (helele)
    Ngayikhethela wena (helele)

    Khethile khethile, ungowami (helele)
    Khethile khethile, ungowami (helele)
    Khethile khethile (helele)
    Khethile khethile (helele)
    Khethile khethile (helele)
    Khethile khethile (helele)

    Ay phela ngikwazi kahle
    Ntombazane ndini ngik'thanda ngize
    Ngidlule abangakini, ngak'thanda zibekwa
    Ngik'khetha nango kiss, ngak'thandazela
    Ngicela iNkosi ufike
    Wancika wathi gci
    Ngak'cika wathi mncwi
    Zacisha iybani cwi
    Ay kanti ke angigcini
    Nga switch(a) wathi tsi
    Ngiyathemba uyabona ukuthi angizanga ngok'ningi
    Ngiziphathele nje isbongo

    Angifuni omunye umuntu
    Aw ngibona wena wedwa
    Liyofika lolo suku, ngizokulobola wena baby
    Ugqame okwe nkanyezi, ukhanya okwelanga (khethile khethile)
    Otshela nomalume ngistholile isthandwa sam'

    Continues after the ad

    Bangicelela kaZungu (helele)
    Bak'cela kaKhumalo (helele)
    Bangicelela kaZungu (helele)
    Bakucela nakaShandu (helele)
    Bakucela ngoba isiko (helele)
    Benzela umfanana (helele)
    Ngayicelela ke mina (helele)
    Ngayikhethela wena (helele)

    Khethile khethile, ungowami (helele)
    Khethile khethile, ungowami (helele)
    Khethile khethile (helele)
    Khethile khethile (helele)
    Khethile khethile (helele)
    Khethile khethile (helele)

    Lilizela ke gogo, musa ukukhala wemama
    Busiseka ngelosi, iNkosi ikwazi ngegama
    Ngibonga uma owak'zala
    Ngibonga ubaba owakondla
    Ngibonga namandla akho, kulezinto esayinqoba
    Buka phela we sis', ngifuna plenty of kids
    So shumayela mfundisi, ngizovula i-vail ngim-kiss(e)
    Asikaqedi my love, nalendawo asikayazi
    Kodwa ke sobonisana wena MaVilakazi

    Bangicelela kaZungu (helele)
    Bak'cela kaKhumalo (helele)
    Bangicelela kaZungu (helele)
    Bakucela nakaShandu (helele)
    Bakucela ngoba isiko (helele)
    Benzela umfanana (helele)
    Ngayicelela ke mina (helele)
    Ngayikhethela wena (helele)

    Khethile khethile, ungowami (helele)
    Khethile khethile, ungowami (helele)
    Khethile khethile (helele)
    Khethile khethile (helele)
    Khethile khethile (helele)
    Khethile khethile (helele)

    Dali wami, sthandwa sami
    Lovey wami, bambo lwami
    Ungowami, ngingowakho
    Woza baby, woza baby
    Dali wami, sthandwa sami
    Lovey wami, bambo lwami
    Ungowami, ngingowakho
    Woza baby, woza baby

    Dali wami, sthandwa sami
    Lovey wami, bambo lwami
    Ungowami, ngingowakho
    Woza baby, woza baby
    Dali wami, sthandwa sami
    Lovey wami, bambo lwami
    Ungowami, ngingowakho
    Woza baby, woza baby

    Vilakazi
    Mhlwehlwe odume njengezulu
    Siyabonga

    Song details

    Composition: Kwesta, Neo Makwa, Chuene Marakalala, and Tshegofatso Simon Teffo

    Did you see an error?

    Enviar revisão

    Related songs