Continues after the ad

    Dali wen'unghambel'umaway
    Ngiyeza ngzohlala kini
    Ngenxa yent'engaphakathi kimi
    Dali wami

    Wokhuluma wokhuluma
    Wokhuluma dali
    Ngob'ufuna ngzohlala kini
    Dali wami
    Wokhuluma wokhuluma
    Wokhuluma dali
    Ngob'ufuna ngzohlala kini
    Wowo dali

    Ngoba wath'uthando lukhona
    Kodw'inkomo azikho
    Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
    Oh ngyeza ngzohlala kini
    Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini
    Kodw'inkomo azikho
    Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
    Oh ngyeza ngzohlala kini

    Noma bengathi ngikipitile
    Bekhulume kabi ngathi
    Bethi ekhaya kithi mina ngizikhiphile
    Soka lami
    Wena hamb'kwa Ndonga ziyaduma
    Awhambe uyosebenza
    Khon'uzobuya ukuxhumane nomalume
    Bath'ekhaya uyinkunzi yomgulukudu
    Wena ukhonz'abobhululu
    Omalume bethi kim ngisphukuphuku

    Continues after the ad

    Dali wen'unghambel'umaway
    Ngiyeza ngzohlala kini
    Ngenxa yent'engaphakathi kimi
    Dali wami

    Wokhuluma wokhuluma
    Wokhuluma dali
    Ngob'ufuna ngzohlala kini
    Wowo dali

    Ngoba wath'uthando lukhona
    Kodw'inkomo azikho
    Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
    Oh ngyeza ngzohlala kini
    Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini
    Kodw'inkomo azikho
    Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
    Oh ngyeza ngzohlala kini

    Themba lami likuwe thando lwethu likhulu
    Mabekhuluma sthule nezitha zishlula
    Sthandwa uhamb'ubuye
    Bathi uzoduka nezwe kanjani
    Anibiz'uMaweni
    Khonazonginika ubheka mina ngedwa
    Ngedwa voh

    Dali wen'unghambel'umaway
    Ngiyeza ngzohlala kini
    Ngenxa yent'engaphakathi kimi
    Dali wami

    Wokhuluma wokhuluma
    Wokhuluma dali
    Ngob'ufuna ngzohlala kini
    Wowo dali

    Ngoba wath'uthando lukhona
    Kodw'inkomo azikho
    Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
    Oh ngyeza ngzohlala kini
    Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini
    Kodw'inkomo azikho
    Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
    Oh ngyeza ngzohlala kini
    Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini

    Song details

    Composition: Lwah Ndlunkulu

    Did you see an error?

    Enviar revisão