Kwanele

Mpumi

Continúa después del anuncio

Bengikuthandile bengifisa okuhle ngawe
Bengilindele ngilindele okuhle ngawe
Bengilindele ngilindele okuhle ngawe
Namhla kuphelile konke
Namhla kuphelile konke
Ayikho engingayenza ngoba kwanele
Ngoba kwanele, kwanele kwanele
Ayikho engingayenza ngoba kwanele

Ngoba kwanele, kwanele kwanele
Ayikho engingayenza ngoba kwanele
Ngoba kwanele, kwanele kwanele

Continúa después del anuncio

Izinyembezi zami ngizikhalile kuphele zona
Inhliziyo yami ikhalile ngacama
Ngikunikile konke, konke ehhe
Ngikunikile konke, konke ehhe
Inhliziyo yami nothando lwami
Inhliziyo yami nothando lwami
Kwanele
Ayikho engingayenza ngoba kwanele
Ngoba kwanele, kwanele kwanele
Ayikho engingayenza ngoba kwanele
Ngoba kwanele, kwanele kwanele
Ayikho engingayenza ngoba kwanele
Kwanele kwanele
Ngoba ayikho engingayenza ngoba kwanele kwanele kwanele kwanele
Ngoba ayikho engingayenza ngoba kwanele kwanele kwanele
Ngoba ayikho engingayenza ngoba kwanele kwanele

Yeyeyeyeye
Ayikho engingayenza ngoba kwanele

Información de la canción

Composición:

¿Los datos están equivocados?

Enviar revisión