Cifra Club

Siyafana

Nomcebo Zikode

Aún no tenemos los acordes de esta canción.

Mina angifuni lempilo, yokuzenza ngcono
Ngihambele phezulu, kunabanye abantu
Hey angifuni lento, yokuzenza ngcono
Ngihambele phezulu, kunabanye abantu

Thina sonke emhlabeni
Nkulunkulu usdalile
Ngomfanekiso wakhe
Phambie kwamehlo akhe siyafana
Thina sonke emhlabeni
Nkulunkulu usdalile
Ngomfanekiso wakhe
Phambie kwamehlo akhe siyafana

Wena why, why uzibona u ngcono?
Sukuyenza lonto!
Phambe kwamehlo yakhe siyafana
Wena why, why uzibona u ngcono?
Sukuyenza lonto!
Phambe kwamehlo yakhe siyafana

Thina sonke emhlabeni
Nkulunkulu usdalile
Ngomfanekiso wakhe
Phambie kwamehlo akhe siyafana

Wena why, why uzibona u ngcono?
Sukuyenza lonto!
Phambe kwamehlo yakhe siyafana
Wena why, why uzibona u ngcono?
Sukuyenza lonto!
Phambe kwamehlo yakhe siyafana

Weh siyafana, why uzibona u ngcono?
Siyafana, why uzibona u ngcono?
Heh siyafana, why uzibona u ngcono?
Siyafana, why uzibona u ngcono?

Weh, weh-weh, aweh, siyafana!
Weh, weh-weh, aweh, siyafana!
Weh, weh-weh, aweh, siyafana!
Weh, weh-weh, aweh, siyafana!

Otros videos de esta canción
    0 visualizaciones

    Afinación de los acordes

    Afinador en línea

    Ops (: Contenido disponible solo en portugués.
    OK