Continúa después del anuncio

Ngizow' wela
Ngiyavuma ngizow' wela

Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele
Uthando luyanqoba konke
Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (ooh, ooh)
Uthando luyanqoba konke

Olwasemandulo (lwakdala)
Ngiwel' izibuko
Ngiyokha ngaphesheya
Kunomthombo wamanzi amnandi
Kunejongo eling'funa phansi
Iqhamuk' isingvimb' insizw' izizwa
Ithi uyang'faka noma uyang'khipha?
Dudlu ntombi dudlu (dudlu), dudlu
Ung'fak' enhlizweni nom' ung'khiph' osizini?

Continúa después del anuncio

Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele
Uthando luyanqoba konke
Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (oh, oh)
Uthando luyanqoba konke

Ngishaya isphithiphithi ngiyazi ngenzani
Isndiyandiya yah
Isgcin' iyogcagcel' esokeni
Ngiyeke, ngiyeke mama
Uthando luyangehlula
I put my guard down (down, down)
Amazw' akho anamandla
Inhliziyo iyakhathala amanga
Okuz'khohlisa kwam', ngik'nika ucu lwam'

Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (lo mncele)
Uthando luyanqoba konke (konke)
Ngiyezwa mfo (yezwa mfo)
Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (lo mncele)
Uthando luyanqoba konke (uthando luyanqoba, luyanqoba konke)
Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (hay' ngizow'wela)
Uthando lyanqoba konke (ngizow'wela)
Ngiyezwa mfo (yezwa mfo)
Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (lo mncele)
Uthando luyanqoba konke (hay'bo)

Información de la canción

Composición:

¿Los datos están equivocados?

Enviar revisão

Canciones relacionadas