Kulungile Baba

S'fiso Ncwane

    Continúa después del anuncio

    Baba kulungile ma kutintando
    Yakho okwenzek'ezimpilweni zethu
    (Kulungile baba)

    Kulungile ke baba
    E-kulungile somandla
    Kulungile ke, baba
    E-kulungile makuyintando yakho
    (Kulungile ke baba)

    Kulunge konke somandla
    E-kulungile ke baba
    Makuyintando yakho baba
    E-kulungile ke baba

    Konke okwenzekaya makuyintando yakho somandla
    Ye kulungile ke somandla, kulungile ke
    Makuyintando yakho somandla
    Konke okwenzekaya ezimpilweni zethu kulungile ke

    Noma kukubi noma kukuhle kulungile
    Kodwa makuyintando yakho
    Makuvhume wena
    Noma ukholo lwethu belunyakazisa baba

    Continúa después del anuncio

    Noma imvungumvungu zifika
    Kulungile ke
    Kulungile ke somandla
    Kulungile makuvhume wena

    Kulungile oh
    (Kulungile ke baba)
    Noma kwenzek'izinto ezibuhlungu ezimpilweni zethu
    Kodwa kulungile
    Noma besihlukumeza besihluphel'ukholo lwethu, ah!

    Kulungile ke baba
    Noma kubuhlungu, kodwa kulungile
    Lalela!

    Ngithi noma kunenkinga laph'ekhaya kodwa ngithi ke
    Makuyintando yakhe kulungile ke
    Nom'omakhelwana behlekisa ngawe
    Kodwa makuyintando yakhe, kulungile

    Noma sebehleka ngawe, behleba ngawe kulungile ke, ah!
    Ngithi noma ushado wako ubhidlika laph'ekhaya kodwa ngithi
    Makuyintando yakhe yena
    Kulungile baba ah!

    Kulungile
    Noma umsebenzi usukuphelele
    Kodwa makuyintando yakho
    Kulungile

    Ah! Uyazi ulala ungadlile ekhaya
    Kodwa kulungile ke
    Makuyintando yakho baba kulungile
    Noma inkinga zikulandela kodwa makuyintando yakhe
    Mus' ukukhala, usukhala usatane uzojabula

    Eh kulungile baba
    Kulungile baba
    Kulungile somandla
    Makuyintando yakho baba
    Baba makuvhume
    Wena ngempilo zethu, kulungile ke

    Kulungile baba
    Kulungile ah!
    Mus'kukhala, mus'kukhala
    Sul'inyembezi ah!

    Información de la canción

    Composición:

    ¿Los datos están equivocados?

    Enviar revisión