Cifra Club

Hhay' Angimbonanga

Ntokozo Mbambo

Aún no tenemos los acordes de esta canción.

Hhay'angimbonanga, kasoz' abikho
Ofana noJesu wami
Hhay'angimbonanga, kasoz' abikho
Ofana noJesu wami
Ngimfumene uJesu, ngathol'ukuphila
Ngathol'uthando, wangiph' icul' elisha
Ngimfumene uJesu, ngathol' ukuphila
Ngathol'uthando, wangiph' icul' elisha

Hhay'angimbonanga
Hhay'angimbonanga, kasoz' abikho
Ofana noJesu wami
Hhay'angimbonanga, kasoz' abikho
Ofana noJesu wami

Bakhona bonke kodwa akekho onjengaye
Obengadel' ubukhosi
Mm, ongafel' izono zami
Bakhona bonke kodwa akekho onjengaye
Obengadel' ubukhosi
Mm, ongafel' izono zami

Hhay'angimbonanga
Hhay'angimbonanga, kasoz' abikho
Ofana
Ofana noJesu wami
Hhay'angimbonanga, kasoz' abikho
Ofana noJesu wami
NoJesu wami
Kasoz' abikho
Hhay'angimbonanga
Ofana
Kasoz' abikho ofana noJesu wami
Hhay'angimbonanga
Hhay'angimbonanga, kasoz' abikho
Ooh
Ofana noJesu wami

Ungumelusi
Ungumelusi
Ungumhlobo
Ungumhlobo
Uyinkosi
Uyinkosi ebusa phakade

Ungumelusi
Ungumelusi
Ungumhlobo
Ungumhlobo
Uyinkosi
Uyinkosi ebusa phakade

Ungumelusi
Ungumelusi
Ungumhlobo
Ungumhlobo
Uyinkosi
Uyinkosi ebusa phakade

Yen'ungumelusi
Ungumelusi
Aphinde abe gumhlobo
Ungumhlobo
Uyinkosi ebusa phakade
Uyinkosi ebusa phakade

Yena ungumelusi
Ungumelusi
Ungumhlobo
Ungumhlobo
Uyinkosi ebusa phakade
Uyinkosi ebusa phakade

Ungumelusi
Ungumelusi
Ungumhlobo
Ungumhlobo
Uyinkosi
Uyinkosi ebusa phakade

Ofana noJesu wami

Otros videos de esta canción
    0 visualizaciones

    Afinación de los acordes

    Afinador en línea

    Ops (: Contenido disponible solo en portugués.
    OK