Cifra Club

We Bangcwele

Joyous Celebration

Aún no tenemos los acordes de esta canción.

Thina silindel' usuku olukhulu
Lokubuya, ukubuya kukaJesu
Laph' abangcwele bona bazohlwithwa
We bangcwele, amen hallelujah
Oh, yek' intokozo yokwazana
Nay' uJesu, oh, thina size la
Oh, yek' injabulo
Injabulo yabangcwele
Yabangcwele

Thina silindel' usuku (we bangcwele)
Olukhulu (we bangcwele)
Lokubuya (we bangcwele)
Ukubuya kukaJesu (we bangcwele)
Laph' abangcwele (we bangcwele)
Yena ezobathatha (we bangcwele)
We bangcwele (we bangcwele)
Amen, hallelujah (we bangcwele)
Oh, yek' intokozo (we bangcwele)
Yokwazana (we bangcwele)
Nay' uJesu (we bangcwele)

Oh, thina size la
Oh, yek' injabulo
Injabulo yabangcwele
Yabangcwele

Oh, thina silindel' usuku (we bangcwele)
Lon' olukhulu (we bangcwele)
Lokubuya (we bangcwele)
Ukubuya kukaJesu (we bangcwele)
Laph' abangcwele (we bangcwele)
Yena ezobalanda (we bangcwele)
We bangcwele (we bangcwele)
Amen, hallelujah (we bangcwele)
Oh, yek' intokozo (we bangcwele)
Yokwazana (we bangcwele)
Nay' uJesu (we bangcwele)

Oh, thina size la
Oh, yek' injabulo
Injabulo yabangcwele
Yabangcwele

Oh, we bangcwele (we bangcwele)
Ikhon' imiqhele (we bangcwele)
Ebekelwe (we bangcwele)
Ona amaqhawe (we bangcwele)
Ngisho izingubo (we bangcwele)
Izingubo ezimhlophe (we bangcwele)
Zicolekile (we bangcwele)
Zihlanjw' egazini (we bangcwele)
Oh yek' intokozo (we bangcwele)
Yokwazana (we bangcwele)
Nay' uJesu (we bangcwele)
Oh, thina size la (we bangcwele)

Oh, yek' injabulo
Injabulo yabangcwele
Yabangcwele

Oh, we bangcwele (we bangcwele)
Ikhon' imiqhele (we bangcwele)
Yona ibekelwe (we bangcwele)
Ona amaqhawe (we bangcwele)
Ngisho izingubo (we bangcwele)
Izingubo izingubo (we bangcwele)
Zicolekile (we bangcwele)
Zihlanjw' egazini (we bangcwele)
Oh, yek' intokozo (we bangcwele)
Yokwazana (we bangcwele)
Nay' uJesu (we bangcwele)
Oh, thina size la (we bangcwele)

Oh, yek' injabulo
Injabulo yabangcwele
Yabangcwele
Jesus

Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya
Kwelizayo lamafu, oh
Kwelizayo lamafu
Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya
Kwelizayo lamafu, oh
Kwelizayo lamafu
Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya
Kwelizayo lamafu, oh
Kwelizayo lamafu
Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya
Kwelizayo lamafu, oh
Kwelizayo lamafu
Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya
Kwelizayo lamafu, oh
Kwelizayo lamafu

Sinemiqhele siyibekelwe nguyen' uJesu laphaya
Uzosithwesa ma sesifika khona le
Sinemiqhele siyibekelwe nguyen' uJesu laphaya
Uzosithwesa ma sesifika
Yona lemiqhele

Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya
Kwelizayo lamafu, oh
Kwelizayo lamafu
Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya
Kwelizayo lamafu, oh
Kwelizayo lamafu
Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya
Kwelizayo lamafu, oh
Kwelizayo lamafu
Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya
Kwelizayo lamafu, oh
Kwelizayo lamafu

Otros videos de esta canción
    0 visualizaciones

    Afinación de los acordes

    Afinador en línea

    Ops (: Contenido disponible solo en portugués.
    OK