Cifra Club

Ngihamba Nawe (feat. Sino Msolo)

Simmy

Ainda não temos a cifra desta música.

sidlal' umacashelana mina nawe
angazi uyangifaka nom' uyangikhipha
kodwa ngihamba nawe
baningi bazamile ukuzibika
kodwa mina ngiyala
ngithi, no! no!
You're not man enough for me

o as'hambe sondela
mina nawe sibe together mmmh
mina ngihamba nawe
o as'hambe sondela
mina nawe sibe together mmmh
mina ngihamba nawe

bhuti ngihamba nawe
abakhon' abanye
bhuti ngihamba nawe
bhuti ngihamba nawe
abakhon' abanye
kodwa bhuti mina ngihamba nawe

sisiza
sondela ntombazane
ndiyakubiza
xa ufuna ukuthetha nam
sondela ndimamele
xa ufuna ukuba nam
ndizok'kwakhela ndilindele

o as'hambe sondela
mina nawe sibe together mmmh
mina ngihamba nawe
o as'hambe sondela
mina nawe sibe together mmmh
mina ngihamba nawe

bhuti ngihamba nawe
abakhon' abanye
mina ngihamba nawe
bhuti ngihamba nawe
abakhon' abanye
kodwa bhuti mina ngihamba nawe

Otros videos de esta canción
    0 visualizaciones

    Afinação da cifra

    Afinador online

    Ops (: Contenido disponible solo en portugués.
    OK